Clermont Choir USA Trip

Mphakathi wakithi,

Kunesicelo esilokhe sivela kubantu abahlukene njengo Sis Nana Miya ukuthi silekelele izingane zakwethu, i-Clermont Choir ngeminikelo yokuthwala izindleko zohambo lwabo lokuya Phesheya eMelika nase Dubai.

I-Clermont Choir iyocula emazweni ahlukene phesheya kwezilwandle. Njengezingane zakwethu, kuyacelwa ukuthi siphonse esivivaneni ngokunikela noma imalini esinganikela ngayo.

Siyacela futhi ukuthi lesicelo sisidlulisele kubangani bethu nakuma group esinawo izwe lonke.

Sicela noma ubani ofisayo ukunikela:

  1. abhale noma iyiphii-Amount azonikela ngayo lapho okubhalwe khona u-R10.00 ngenzansi. Isibonelo: Uma uzofaka uR20.00, cisha u-R10.00 lona obhaliwe ufake u-R20.00 .
  2. abhale igama nesibongo ne email address.
  3. abhale eceleni  ama Banking Details e-Clermont Choir khona ezowasebenzisa later.
  4. bese eClicker Ku  "Donate"
  5. bese enza i-EFT noma afake imali ku ATM yaka FNB fake iCell number  noma igama nesibongo njenge Reference
  6. agcine ngokugcwalisa leli form ngoku Clicker lana  Google Form. (Ungabuya okwesibili lana)

Ungathinta  uWiseman Mkhize, umsunguli we C;ermont Choir ku  083 976 7040

Usacabanga ukuthi uzonikela ngamalini ungabe ubuka i-video ye-Rehearsal ye Choir yethu!

ZAR
All transactions are secure and encrypted.
Click here to contact us on WhatsApp